URonwen ocelele uMofokeng ukuthi angene koweBafana

Umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos uveze ukuthi ucelelwe wuRonwen Williams ukuthi angene emdlalweni wayizolo umdlali we-Orlando Pirates uRelebohile Mofokeng, okuyinto ayishayele ihlombe. UMofokeng ungene sekusele umzuzu owodwa emdlalweni weBafana neZimbabwe abawunqobe ngo 3-1 kodwa abalandeli abaningi abahambele lo mdlalo bakujabulele ukumbona. Ukungena kwakhe kuzomnikeza ukuzethemba njengoba esethole icap yakhe yokuqala eqenjini lesizwe. “Besicabanga ukuthi uma … Continue reading URonwen ocelele uMofokeng ukuthi angene koweBafana