UMakaringe usethungatha iqembu elisha

I-Orlando Pirates isimemezele ukuthi isihlukene nomdlali wasesiswini obesehlale iminyaka emihlanu eMayfair, uFortune Makaringe. Lo mdlali ufike kwiPirates esuka kwiMaritzburg United. Unqobe iMTN8 neNedbank Cup kwiPrates. Udlale imidlalo ewu-147, wavalela amagoli awu-10, nama-assist awu-9. Noma bekubukeka sengathi uyabuya ezinhlelweni zikamqeqeshi uJose Riveiro kule sizini, lo mdlali ugcine eqoke ukubheka ikhaya elisha njengoba echithe isikhathi esiningi ekhuhla … Continue reading UMakaringe usethungatha iqembu elisha