UKanu uveze okumenze wahlukana neNatal Rich Boyz

UVusumuzi Vilakazi usekuqinisekisile ukuthi akaseyena umqeqeshi weRichards Bay FC waveza nesizathu sokushiya kwakhe. Izindaba zokuhlukana kukaKanu neBay zivele kuleli sonto, kanti kuze kwalandela nemibiko yokuthi indawo yakhe ingase ivalwe ngoLehlohonolo Seema noma uBrandon Truter. Noma iBay ingakaphumeli obala ngokuxosha lo mqeqeshi, yena useziqinisekisile lezi zindaba. “Kuyiqiniso, angiseyena umqeqeshi weBay. Bengilindele ukuthi kuzoshaya lesi sikhathi iqembu … Continue reading UKanu uveze okumenze wahlukana neNatal Rich Boyz