UBroos uthi akafuni ukuyingena eyamakhadi kaMokoena

Umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos unqabile ukuphawula ngendaba yamakhadi kaTeboho Mokoena ngemuva kokubuka ezakhe zishaya iBenin ngo 2-0.