Sichithiwe isicelo sikaMapisa-Nqakula ongafuni ukuboshwa
Inkantolo eNkulu ePitoli isichithile isicelo esiphuthumayo sikaSomlomo wePhalamende uNkk Nosiviwe Mapisa-Nqakula sokunqanda ukuboshwa kwakhe ecaleni lenkohlakalo. UMapisa-Nqakula ubhekene nophenyo oluthinta izinsolo zenkohlakalo kusukela esengungqongqoshe wezokuvikela phakathi kuka-2016 no-2019. Kusolwa ukuthi wathola imali engaphezulu kuka-R2.5 million kusonkontileka. Ngesikhathi lethula isinqumo ijaji, uSulet Potterill, liveze ukuthi ukuboshwa ukusho ukuthi umuntu usegwetshiwe futhi abashushisi bese bekuvezile ukuthi ngeke … Continue reading Sichithiwe isicelo sikaMapisa-Nqakula ongafuni ukuboshwa
Copy and paste this URL into your WordPress site to embed
Copy and paste this code into your site to embed