Kubulawe umdlali weChiefs eGoli
Balale ngezibuhlungu abalandeli bebhola kuleli kulandela ukuvela kwezindaba zokubulawa komdlali weKaizer Chiefs uLuke Fleurs edunwa imoto. Ngokwemibiko uFleurs, obesalinde ithuba lokuqala umdlalo kwiChiefs, udutshulwe ngoLwesethathu ntambama. Lo mdlali oneminyaka engu-24 ubudala ujoyine iChiefs ngo-Okthoba nyakenye ngemuva kokushiya iSuperSport United. Noma ijezi ubengakalitholi, ubeseyingxenye yeqembu elikhulu kwiChiefs futhi bekulindeleke ukuthi aqale athole ithuba lokuziveza kahle ngesizini … Continue reading Kubulawe umdlali weChiefs eGoli
Copy and paste this URL into your WordPress site to embed
Copy and paste this code into your site to embed