Day: February 19, 2025

Search

Incazelo kaNabi ngesinqumo sokukhipha uMmodi

Umqeqeshi weKaizer Chiefs uNasreddine Nabi uthi ubengakhipha okungenani abadlali abayisithupha esiwombeni sokuqala ukube bekuya ngaye emdlalweni wabo neSuperSport United njengoba egcine ekhiphe uPule Mmodi kuphela.

Read More

‘Kubuhlungu, kubuhlungu ngempela’ – Nabi

Umqeqeshi weKaizer Chiefs uNasreddine Nabi uhambe ekhala ngobuhlungu besibhaxu sika 4-1 abasithole kwiSuperSport United kodwa wavika ngokuthi abasitholanga isikhathi esanele sokuphumula ngemuva komdlalo wangempelasonto.

Read More