Day: August 3, 2022

Search

UMaMkhize ucasulwe ubuhlathi bukaMnisi

UMengameli weRoyal AM uShawn Mkhize useziphundelele kwizitatimende ezenziwe oyisikhulu seqembu uSinky Mnisi kwinkomfa yabezindaba abeyihlele ePremier’s Hotel namuhla. UMnisi ukhiphe amahlazo namuhla, wadalula ukuthi uMaMkhize

Read More

UZungu uqinisekisa izingxoxo zikaMemela

UMengameli waMaZulu uSandile Zungu usephumele obala ngokufuna ukubuyisa uLuvuyo Memela eqenjini njengoba wayekade echithwe ngoJuni. UMemela wahamba kuMaZulu ngemuva kokubhuntsha kwezingxoxo zenkontileka entsha. Inkontileka yakhe

Read More

UTruter akamfuni uQalinge osajima oSuthwini

Umqeqeshi waMaZulu uBrandon Truter akamboni ezinhlelweni zakhe uThabo Qalinge osazilolonga neqembu. Kuvela ukuthi uQalinge usanenkontileka neqembu yize wayefakwe ohlwini lwabadlali abachithwayo ngoJuni. Indida iqale ngesikhathi

Read More

UDzvukamanja usindile ezembeni kwiBucs

Umgadli we-Orlando Pirates uTerrence Dzvukamanja uzoqhubeka nokuba yingxenye yeqembu kulesizini ngemuva kokusinda ngokulambisa kubadlali abachithiwe. IGibela Sport isithole ukuthi uDzvukamanja akananxa nokuhlala kwiBucs ngoba akajahile

Read More