‘Ngizodla abantu ngoNurkovic’ – Zondo
Umqeqeshi omusha weRoyal AM uKhabo Zondo ubona umgadli uSamir Nurkovic ezosheshe asijwayele isitayela seqembu. UNurkovic (30) usayine kwiRoyal AM ngemuva kokudedelwe yiKaizer Chiefs. UNurkovic ubewaqhulula
Umqeqeshi omusha weRoyal AM uKhabo Zondo ubona umgadli uSamir Nurkovic ezosheshe asijwayele isitayela seqembu. UNurkovic (30) usayine kwiRoyal AM ngemuva kokudedelwe yiKaizer Chiefs. UNurkovic ubewaqhulula
UPule Mmodi uhlela ukuhlonipha inkontileka yakhe neGolden Arrows, akanazo izinhlelo zokuphoqa ukusayina kwiKaizer Chiefs. Imenenja yalomdlali ithi uMmodi akazange afake incwadi yokucela ukukhululwa kwi-Arrows. UMmodi
UKhethukuthula Ndlovu usesayinile ngokusemthethweni neRoyal AM ngemuva kokuxwayiswa yizikhulu zeqembu ngezenzo zakhe. UNdlovu akafikanga ejimini yeRoyal AM ngesonto eledlule yize engomunye wabadlali abasha abethulwa yiqembu.
USibusiso Vilakazi ugcine esayine kwiTS Galaxy ngemuva kokushiya kwiMamelodi Sundowns. UVilakazi ushiya kwiDowns ebimkhuhlisa ngebhentshi ngesizini ka-2021/22. ISekhukhune United nayo ibimfuna uVilakazi obekuvela ukuthi iKaizer
I-Orlando Pirates isivule izingxoxo nesitobha sase-Iraq uMustafa Nadhim. Imibiko ebhungwa e-Iraq iveza ukuthi iBucs igaqele uNadhim (28) odlalela i-Al Najma yaseBahrain. UNadhim uyibamba odongeni lwasemuva.
UNgqongqoshe wamaphoyisa kuzwelonke uMnuz Bheki Cele uthembise ukuthi izigilamkhuba ezadubula zabulala abantu ethaveni yaseSoweto ngoMgqibelo zizoyikhotha imbenge eyomile. UCele ukhulume kanje emuva kwesigameko sokudubula emijondolo
Umengameli we-Economic Freedom Fighters (EFF) uMnuz Julius Malema usefunge wagomela ukuthi umengameli wakuleli uMnuz Cyril Ramaphosa, uzobhekana nesimo esifanayo nowayengumengameli wakuleli uMnuz Jacob Zuma, uma
Imenenja kaPhakamani Mahlambi isidalule ukuthi lomdlali uzoshiya kwiMamelodi Sundowns ayijoyina eminyakeni emine eyedlule esuka kwi-Al Ahly. UGlyn Binkin utshele abeSABC Sport ukuthi iSundowns inqabile ukwelula
Ummeli onamava kwezomthetho kuleli usegxeke indlela u-Advocate Malesela Teffo enze ngayo eNkantolo ngoLwesibili ngenkathi eyitshela ukuthi uyahoxa kuleli cala ngenxa yokusongelwa nokungahlonishwa yinkantolo. UTeffo umele