UBroos ucasulwe ukugxekwa uPitso
Umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos uthi ukugxekwa kuyingxenye yomsebenzi wakhe kodwa ubengalindele ukukhulunywa kabi uPitso Mosimane. UBroos ubeke kanje ekhulum nabezindaba eSAFA House ngoLwesibili. Iqembu
Umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos uthi ukugxekwa kuyingxenye yomsebenzi wakhe kodwa ubengalindele ukukhulunywa kabi uPitso Mosimane. UBroos ubeke kanje ekhulum nabezindaba eSAFA House ngoLwesibili. Iqembu
ISAFA isiphendulile ngokubhuntsha kwesicelo sikaRia Ledwaba obefuna ukumisa ukhetho lokuqoka uMengameli omusha. INkantolo eNkulu yasePitoli isichithile isicelo sikaLedwabaIjaji uBrenda Neukircher uthe isicelo sikaLedwaba asiphuthumi. “ISouth
IMamelodi Sundowns ngokuhlanganyela neStudent Village isisungule uhlelo lokusiza intsha eswele umsebenzi ngokuvula amathuba omsebenzi ngaphakathi eqenjini. ISundowns ibibambe isithangami nabezindaba ngoLwesithathu, izokwethula loluhlelo olungajwayelekile emaqenjini
ISwallows FC iphunyuke ezembeni ishaya AmaTuks ngo 1-0 kumaPlay-Offs eLucas Moripe Stadium namuhla. Lomphumela uqinisekise ukubuya kweSwallows kwiDSTV Premiership ngesizini ka-2022/23. Amaphuzu amathathu abeke iziNyoni
Umehluleli wePSL uZola Majavu usekhiphe isinqumo odabeni lweCape Town All Stars esolwa ngokuhluleka ukuziphatha ngendlela efanele emdlalweni wamaPlay-Offs. ICT All Stars ibisolwa ngokuhlukumeza unompempe ngemuva
UBernard Parker ukhala ngabalandeli beKaizer Chiefs abamhlale entanyeni bemgxeka ngokuboza kweqembu. UParker ubekhuluma emsakazweni iGagasi FM, wathinta ngokushiya kwakhe eNaturena. UDie Hond uhlale iminyaka engu-11
ULeonardo Castro usegonyuluke okokuqala kwabezindaba kusukela achithwe kwiKaizer Chiefs. UCastro ungomunye wabadlali abangu-9 abachithwe yiChiefs emasontweni amabili adlule. Inkontileka kaCastro ibivele izophela ngomhlaka 30 Juni,
IRoyal AM is ezithendeni zikamqeqeshi uGavin Hunt njengoba izama ukuvala isikhala esishiywe uJohn Maduka osulike esikhundleni. Umthombo othembekile ongaphakathi kwiRoyal AM uthi izingxoxo seziqaliwe phakathi
Umqeqeshi weBanyana Banyana uDesiree Ellis uvuma eyokuphithanelwa yikhanda ngoba sekufanele aqoke isikwati azobamba naso kwi-Africa Women’s Cup of Nations ezobanjelwa eMorocco ngoJulayi nonyaka. I-AWCON izoqala
Inkakha yaseGibhithe u-Ahmed Hossam Mido ubona uPitso Mosimane enethuba elihle lokuqeqesha emazweni aseGulf njengoba eseshiyile kwi-Al Ahly. UMido uncome uPitso ngokunyusa izinga kwi-English Premier League.