UHlanti usengcupheni yokuchithwa kwiChiefs
USifiso Hlanti usengcupheni yokuchithwa iKaizer Chiefs njengoba ibumba kabusha isikwati ezohlasela ngaso kwiDSTV Premiership ngesizini ka-2022/23. IGibela Sport isizitholele ngomthombo wayo ukuthi ikusasa likaHlanti alicacile