Uyinyama emaqenjini uManyama
ICape Town City iseqhulwini lamaqembu agaqele ukusayinisa uLebogang Manyama ochithwe yiKaizer Chiefs ngesonto eledlule. Inkontileka kaManyama ayelulwanga kwiGlamour Boys ahlale kuyo amasizini amathathu. Ujoyine iChiefs
ICape Town City iseqhulwini lamaqembu agaqele ukusayinisa uLebogang Manyama ochithwe yiKaizer Chiefs ngesonto eledlule. Inkontileka kaManyama ayelulwanga kwiGlamour Boys ahlale kuyo amasizini amathathu. Ujoyine iChiefs
IKaizer Chiefs isiqinisekise ukuthi izobamba izingxoxo noBernard Parker ngenhloso yokumphendlela isikhala somsebenzi eqenjini. UParker ungomunye wabadlali abachithwe yiChiefs ngesonto eliphelile ngemuva kokuphela kwenkontileka yakhe neqembu.
ISouth African Football Association (SAFA)isidalule amagama abantu abathathu abazongena okhethweni lokuqoka uMengameli wenhlangano ngemuva kokugezwa kwamagama abo yikomidi lokubusa ngobuqotho. Oyisikhulu seSAFA uTebogo Motlanthe uqinisekise
Umqeqeshi we-University of Pretoria (Tuks) uTlisane Motaung unethemba lokuthi bazozibamba ziqine kumaPlay-Offs njengoba behleli esicongweni sekusele imidlalo emibili. AmaTuks adlale ngokulingana ngo 0-0 neSwallows ngoMgqibelo
Umqeqeshi weSwallows uDylan Kerr uthi usekhathele ukuthethisa abadlali bakhe abageja oqekelele bamathuba. UKerr ukhulume kanje nabeSupersport TV ngemuva komdlalo wama-Playoffs namaTuks ophele zibambene ngo 0-0.
Umqeqeshi oyisikhondlakhondla sokunqoba izindebe eNingizimu Afrika uPitso Mosimane ukhathazekile ngokuncipha kwesibalo sabadlali abanebala elimhlophe kwiPremier Soccer League neBafana Bafana. Umlando webhola likanobhutshuzayo kuleli uqukethe abadlali
Ukuchithwa kwabadlali abaningi okwenziwe amaqembu akuPSL ngesonto kuhlukanise imibono, abanye bekhala ngokuthi isidingo asikho, abanye bethi kufanele ngoba iCovid-19 ikhahlameze amaqembu ezimalini. Bekungakapheli ngisho amasonto
Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uManqoba Mngqithi ukhala ngendlela okuqokwa ngayo abadlali nabaqeqeshi kwimiklomelo yePremier Soccer League (PSL) ekupheleni kwesizini. UMngqithi ukhala nje iSundowns ishanele yonke imiklomelo
Owayengumgadli weKaizer Chiefs uKingston Nkhatha ukholwa ukuthi iKaizer Chiefs lithathe isinqumo esifanele ngokuqoka u-Arthur Zwane esihlalweni sokuqeqesha iqembu elikhulu. UZwane uzolekelelwa uDillon Sheppard, Bobabili abanikezwe
Imenenja kaKobamelo Kodisang, uMike Makaab usedalule ukuthi zikhona izingxoxo esezibanjwe iKaizer Chiefs ibuza ngalomdlali. UKodisang (22) unenkontileka neSC Braga yasePortugal, eqoke ukwelula inkontileka yakhe ngeminyaka