Day: May 26, 2022

Search

AmaTUKS asekudlulisile ukuphoxeka ngesicoco

I-University of Pretoria (TUKS) izoqala imidlalo yamaPlay-Offs ngeSonto uma isibhekene neCape Town All Stars e-Athlone Stadium ngehora lesithathu emini. Umqeqeshi uTlisane Motaung uthemba ukuthi abadlali

Read More

UNcikazi uxolisile ngokugxeka impatho yeSimba

Umqeqeshi we-Orlando Pirates uMandla Ncikazi wehlele ngezansi waxolisa kwiConfederation of African Football (CAF) ngokusebenzisa indawo okungeyona ngesikhathi ekhalaza ngokuhlukumezeka abakuthola eTanzania beyodlala neSimba SC. ICAF

Read More

IMaritzburg ihlongoza ukuchitha u-Alli noDaniels

Umqeqeshi weMaritzburg United u-Ernst Middendorp ukhale ngezinga eliphansi elikhonjiswe iqembu lakhe linenebulwa yi-Orlando Pirates ngo 4-1 ngoMgqibelo e-Orlando Stadium. “Bekunzima kakhulu uma sekumakwa, sibhacazile. Sihlulekile

Read More

UMngqithi ubona ingozi kwiGallants

Ukungenelwa amagoli ayisithupha emidlalweni emithathu eyedlule kushiya imibuzo kumqeqeshi weMamelodi Sundowns uManqoba Mngqithi. Ompetha beligi iSundowns bazofuna ukuqeda ishobolo lokudedela amagoli alula uma sebedlala neMarumo

Read More

ICAF neFIFA bazoqapha ukhetho lweSAFA

IConfederation of African Football (CAF) isithole isikhalazo ngoyisekela leSAFA uRia Ledwaba mayelana nokhetho lukaMengameli kodwa ithi ayizingeni izindaba zososeshini. ICAF ithe izothumela izikhulu ezizoqapha ukhetho

Read More

Umqeqeshi uxwayisa uKane ngokuhlala kwiSpurs

Ikusasa likaHarry Kane kwiTottenham Hotspurs lilele kwimpumelelo angayizuza ngokuhlala, kusho u-Andre Villas-Boas owayengumqeqeshi weSpurs ngaphambilini. UKane wayemataniswa neManchester City ekuqaleni kwesizini ka-2020/21 kodwa yabhuntsha leyondaba

Read More