Day: May 24, 2022

Search

IChiefs izocacisa ngoParker kungekudala

Inkakha yeKaizer Chiefs uBernard Parker uzocaciselwa ngekusasa lakhe kungekudala yize eselindele noma yini. Ngesonto elizayo, uParker uzobe eseqala inyanga yokugcina kwinkontileka yakhe. Njengoba kulindelwe ukuthi

Read More

IBucs kwiTop 10 yamaqembu amakhulu e-Afrika

I-Orlando Pirates isikhuphukele ohlwini lwamaqembu ahamba phambili e-Afrika ngemuva kokufinyelela kowamanqamu weCAF Confederations Cup kulesizini. Yize iBucs ishaywe iRS Berkane sekukhahlelwa amaphenathi, ukungena kowamanqamu kuyinyusele

Read More

UMngqithi ubonge abaphathi sebenikezwa iligi

Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uManqoba Mngqithi uzehlisile wabonga abaphathi nabobonke abasebenzi beqembu ngemuva kokuqukula iligi ihlandla lesine kulandelana namuhla. ISundowns ishaye IRoyal AM ngo 3-2 eChartsworth

Read More

Ayisekho IZimbabwe neKenya kweyokuhlungela I-AFCON 2023

IZimbabwe neKenya sebekhishiwe ohlwini lwamaqembu abezodlala kweyokuhlungela I-AFCON yango-2023. Isinqumo siqinisekiswe iConfedration of African Football (CAF) ngoMsombuluko. Womabili lamaqembu akhishwe ngesizathu sokungaxazululeki kodaba lososeshini abamiswa

Read More