Day: May 22, 2022

Search

‘Unompempe usidlisile’ – Tinkler

Umqeqeshi weCape Town City u-Eric Tinkler ubeke iphutha kunompempe nabasizi bakhe ngemuva kokushaywa iStellenbosch ngo 1-0 kowomkhaya izolo. Yize iCape Town City ishayiwe, isahleli endaweni

Read More

UXavi uzoxosha inqwaba yezihlabani

Ukuchithwa kwabadlali sekufikile eCamp Nou njengoba nesizini ka-2021/22 igoqwa namuhla. Ukwakhiwa kabusha kweBarcelona ngaphansi kukaXavi Hernandez kuqale ngesikhathi ezovala isikhala sikaRonald Koeman maphakathi nesizini. Ngokwamazwibela

Read More

UKerr uswele amazwi okuchaza ukugeja kweSwallows

Ukushweba oqekelele bamathuba kushiye umqeqeshi weSwallows uDylan Kerr emangele, eswele namagama afanele okuchaza lenkinga ebibhekene neqembu lakhe kulesizini. ISwallows iphinde yageja inqwaba yamathuba idlala ngokulingana

Read More

UZwane uphumele obala ngokufuna uLetsoalo

Umqeqeshi osabambile kwiKaizer Chiefs u-Arthur Zwane ukubeke kwacaca ukuthi bazimisele ngokusayinisa umgadli weRoyal AM uVictor Letsoalo ngoba Isitayela sakhe sifana ncamashi neseqembu. Ngemuva komdlalo weDSTV

Read More

Kuvela AmaZulu neRoyal AM kwabagaqele uBaccus

Sekuyacaca ukuthi uKearyan Baccus ubeyintandokazi kubalandeli beKaizer Chiefs ebimkhuhlisa ngebhentshi kusukela ayijoyina ngo-2019 esuka kwiMelbourne City yase-Australia. UBaccus ubenonyawo oluhle esiswini obelithandwa ngisho abalandeli bezimbangi

Read More