Day: May 19, 2022

Search

UComitis ushawe ngoswazi oluncane

USihlalo weCape Town City uJohn Comitis uthola kale enecala lokungcolisa igama lePremier Soccer League, wanikezwa isigwebo esixegisiwe. Icala likaComitis liqulwe ngoLwesine lomhlaka 19 kuMeyi. Umshushisi

Read More

UZwane uyizibile ekaKwinika okhonjwa eNaturena

Yize umqeqeshi weStellenbosch FC uSteve Barker ekuqinisekisile ukuthi uZitha Kwinika uzojoyina iKaizer Chiefs ekuqaleni kwesizini ka-2022/23, umqeqeshi weKaizer Chiefs u-Arthur Zwane akafunanga ukuphawula kakhulu. Kulindelwe

Read More

UNtshumayelo uxwayisa abadlali ngokuxhaphaza imali

Umdlali weSwallows uThandani Ntshumayelo ukhuza abadlali bebhola kuleli ngobudlabha bokuxhaphaza imali uma sebefike esigabeni esikhokhelayo. UNtshumayelo naye usanda kuthola ithuba lesibili empilweni njengoba wanikezwa isigwebo

Read More

AmaZulu engcupheni yokulahlekelwa yizethenjwa

Siyakhuphuka isibalo sabadlali okungenzeka bagcine beshiyile kuMaZulu uma zingalungiswa izinkontileka zabo. NgoLwesithathu ekuseni, kusabalale imibiko ikhomba ukuthi ukaputeni woSuthu uTapelo Xoki uzojoyina i-Orlando Pirates ekuqaleni

Read More

UDu Preez ubonga ukuqokelwa esikwatini

Umgadli weStellenbosch u-Ashley Du Preez uthi ukubizelwa kwiBafana Bafana kukhomba ukuthi ukusebenza ngokuzikhandla kwakhe sekuvuna izithelo. UDu Preez, oshisa izikhotha kwiDSTV Premiership, ubizwe esikwatini seBafana

Read More

UZwane noSheppard bazoxoxa nabaphathi ngesikhundla

Umqeqeshi obambile kwiKaizer Chiefs u-Arthur Zwane usedalule ukuthi ithimba labaqeqeshi lizobamba umhlangano nabaphathi beqembu ngenhloso yokudingida ngesihlalo sikamqeqeshi. IChiefs izodlala neSwallows emdlalweni wokugcina weDSTV Premiership

Read More

UHotto unethemba ngokunqoba iConfed Cup

Umdlali we-Orlando Pirates uDeon Hotto usethembise ukwenza konke okusemandleni ukuze banqobe iCAF Confederations Cup ngoLwesihlanu. IBucs izotholana neRS Berkane kowamanqamu ozobanjelwa eGodswill Akpabio International Stadium

Read More

Imenenja ivuma eyokucela imvume yokukhulula uZuma

IGibela Sport isihabule ngemithombo yayo ethembekile ukuthi imenenja kaDumisani Zuma uzama ngokusemandleni ukutholela lomdlali imvume yokumkhulula eNaturena. UZuma akabonakali ejimini namanje, kulandela ukumiswa kwakhe ekuzibandakanyeni

Read More