Izoshuba imidlalo yabasezembeni kwiPremier League kule mpelasonto
Kuzoba ncane indawo emdlalweni ehlukene kwiPremier League kule mpelasonto njengoba kunamaqembu alwela ukuvika izembe, amanye asembangweni okungena kwi-top 4 kanti neLiverpool neManchester City basashikishana embangweni